I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO

I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO
Arde, Nicholas Noel Clement
Benwell, John
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
Ngemva kokuqeda i-Tourism Module eDurban Technical
College, ngaqala ukusebenza njenge-Tour Operator/
Guide ngiphelelisa ulwazi lwami lolimi lwesithathu
olubalulekile kulo mkhakha womsebenzi. Ngaphandle
kolwazi lwe-General Accounting engaluthola ngokuqhuba
ibhizinisi lwami (ngibuye ngibe yi-Relief Manager e-Car
Hire) ngaqhubeka ngaya e-SA Airways ngaqedela
ema-Accounting Head Offices abo omabili eGoli
nase-Airport. Isihlobo sami esiseduze esasiyivolontiya
eliyisisebenzi sezenhlalakahle ukuphila kwaso konke
komuntu omdala esasibuye sisize labo ababefanelekela
ukuthola impesheni sanginika isiqalo sokuba ngisize
izingane zomama abasebenzayo ukuba ngizithathe
ezikoleni ngizivakashise izindawo mahhala.
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• UMphathiswa eTransmed naseTransnet
Pension Fund
• I-Managing Director e-SAARP
• I-Assistant Superintendent,
Reg. Man Off. eThekwini
• I-Personnel Officer, eThekwini
AMAKHONO:
I-General Accounting ne-SAA Head Office Revenue
and Expenditure ikuchaza konke – Futhi ngingumuntu
wabantu njengoba ngiye ngaqondisa ama-Tours abantu
abafika kwabangu-40 – futhi njengamanje ngidlulele
esiGabeni sesibili sokuba NGUMFUNDI WEZINDABA
ZE-TV – Ngithambekele emfundweni – Nginamakhono
okwazi izilimi, ngihambele amazwe amaningi phesheya,
amazwe angu-20 ngemali yami siqu nangesikhathi sami,
ngibhala amaDayari neMibiko Yokuvakasha Neyebhizinisi
– Ngiye ngatolikela i-Durban University of Technology.
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
UMphathiswa kufanele abe nothando olugcwele
ngesiKhwama namalungu aso ngazo zonke izikhathi.
Isipiliyoni sami kwezebhizinisi kanye
nanjengoMphathiswa iminyaka eminingi kungenza
ngifaneleke kakhulu.
AMAPHEPHA EMFUNDO:
Ngigogodile futhi ngarejista eziFundazweni ezine
eziyinhloko njenge-Foreign Language Guide, ngaqala
ku-SATOUR kwase kuba naku-SA TOURISM futhi
ngathola i-Foreign Language Accreditation ku-Prof. R.
Van der Elst (uProf. Wakho kokubili iziBalo nesiFulentshi),
ngathola uMethrikhi eziLimini ezine ngo-1968 eMarist
Bros College.
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Ukubona kushintshwa iMithetho Yezikhwama
Zempesheni okudala ukuba inqwaba yabantu abathola
iMpesheni bagcine sebedla imbuya ngothi kuye
kwangenza ngabhinqa imikhono kule nselele
yokulungisa lezi zenzo ezingalungile. Ukuthi TPAG
kusho ukuthi “IMPESHENI YETHU,
INTO ESIYISHISEKELAYO!” kimina.
1
AMAKHONO:
• UMphathiswa eTransmed naseTransnet;
Kokubili okuyisiKhwama sempesheni
neseMedical Aid
• Isipiliyoni Sokuphatha njengomnikazi/imenenja
AMAPHEPHA EMFUNDO:
UStandard 10- uMethrikhi
I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO
Bester, Izak Johannes
Conradie, Jan Bothma
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
Umsebenzi wami waqala ngisebenza njengomabhalane
kuyo yonke iWestern cape kusukela ngoJanuwari 1957.
Kusukela ngoJulayi 1962 ngashintshelwa ekubeni
yi-Systems manager, Personnel, ezinze eCape Town.
NgoJulayi 1964 ngaqashwa engxenyeni ye-Pay Voucher
and Bookkeepers ngaphansi kokuqondisa kwe-Local
Accountant, Cape Town and Pretoria (Nginakekela i-cash
book ngayo yonke imali engenayo etholakalayo,
ukudluliselwa kwezimali kwangaphakathi futhi ngisebenza
nase-computer room). Kusukela ngo-Okthoba 1972
ngasebenza njenge-Senior Auditor, Accounting Auditor,
Assistant Superintendent ne-Superintendent ngiqondisa
abasizi abane (Nginakekela konke ukucutshungulwa
kwamabhuku ezimali ehhovisi lama-Akhawunti Endawo,
ama-club ezokuzilibazisa namahositela akwaLoliwe).
Ngo-Okthoba 1990 nganyuselwa esikhundleni sokuba
yi-Senior Superintendent (eHead Office), (Nginakekela
uphando lokukhwabanisa futhi ngisiza iminyango
eyayishoda ngabasebenzi abanamakhono).
Ngathatha umhlalaphansi ngoJuni 1993.
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• S.H.E.L.P.- Usihlalo/ Iphini Likasihlalo:
Iminyaka emihlanu isiyonke
• Welgelegen Villas Body Corporate:
Iphini Likasihlalo
• Elim Clinic, Kempton Park - Usihlalo: 1989-1991
• Ilungu le-Man. Ithimba: 1980-1991
• Umsebenzi ofundelwe wakwa-Transnet: 1970-1991
AMAKHONO:
• Zonke iziNqubo Zokucutshungulwa Kwamabhuku
Ezimali Kwangaphakathi
• Uphando Lokukhwabanisa
• Ukubalwa kwezimali kwezindleko
• Ukubikwa Kwezinto Ezingqubuzanayo
• Ulwazi Lwekhompyutha
• Ukuphatha
AMAPHEPHA EMFUNDO:
• Technikon OFS, 1994, National Higher Diploma
(Cost Management Accounting)
• Technikon Pretoria, 1989, National Diploma
(Cost Accounting)
• Technical College Bloemfontein, 1974,
National Senior Certificate
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Ngenxa yenhlanganisela yamakhono ami, isipiliyoni
somsebenzi namaphepha emfundo ngizibheka njengomuntu
okahle kakhulu ongase akhethelwe lesi sikhundla sokuba
nguMphathiswa oyiLungu Lempesheni kuyi-Transnet Second
Defined Benefit Fund Board of Trustees. Ngangiyisisebenzi
esizinikele nesiqotho se-Transnet Limited kanye kanye
nezinkampane ezazingaphambi kwayo iminyaka engu-36
nezinyanga ezinhlanu. Ngizibheka njengonobuntu obuhle,
ukuziphatha okuhle futhi ngigcina ubudlelwano obuhle
nabantu engikanye nabo.
2
AMAKHONO:
• Ukufaka abantu imibuzo
• Ukubhala Imibiko
• Ubudlelwano Babasebenzi
• Ukweluleka
• Ukuqhuba izifundo zokuqeqesha
• Ukuthuthukisa amakhono ezokuphatha ezweni lonke
AMAPHEPHA EMFUNDO:
• BA (Honours) Degree - 1977
• BA Degree - 1966
• Isitifiketi SikaMethrikhi - 1953
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Ukusebenzisa amakhono ami ukusiza abanye
lapho ngisakwazi ukukwenza.
I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO
Fichardt, Clair Herbert Victor
Greyling, Andreas Jacobus
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• Ilungu elisebenza ngentshiseko le-Rotary International
– Igatsha le-Breede River Winelands.
• Ngasebenza njengomshayeli wezindiza e-SAA kusukela
ngo-1968 ukuya ku-2003.
• Ngathatha Umhlalaphansi Ngingukaputeni We-Boeing 747.
• Njengomongameli we-SAAPA, ngaba nomthwalo
wokuguqula isimo se-SAA Pilots Association yaba
yinyunyana ebhalisiwe.
• Ngangingumshayeli wezindiza wokuqala ukuya
emihlanganweni yesikhwama sempesheni ngoba le
nhlangano phambilini yayingavunyelwe ukuthumela
abayimelele kwaze kwaba yilapho isibhaliswe
njengenyunyana.
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• Usihlalo T.P.A.G (Freestate) – ngiye ngaba
seBhodini labaPhathiswa lama-townhouse
amabili ngingusihlalo.
• Ngisekomitini futhi ngingunobhala eWesterbloem
Retirement Village (Phase 8).
• Kuwo womathathu amaBhodi ngangiyilungu
leKomiti Lezezimali Nokuhlela
AMAKHONO:
• Nginolwazi olwanele lwekhompyutha futhi ngithayipha
ngisheshe
• Nginesipiliyoni esikhulu kwezokuxoxisana njengoba
ngangiyisiKhulumi Esiyinhloko Sezokuxoxisana se-SAA
Pilots Association
• Ngisazi kahle isiNgisi nesiBhunu
(esibhalwayo nesikhulunywayo)
OPVOEDKUNDIGE KWALIFIKASIES:
• Ukaputeni wokuhlola kanye nomqeqeshi wabashayeli
kwezezindiza
• Zonke izifundo ze-CRM nezinye izifundo kwezezindiza,
impahla eyingozi njll.
• Ilayisensi yabashayeli bezindiza bezokuthutha ye-South
African Airline nesigunyazo sabaqeqeshi
• Izifundo zabasebenzi be-South African Air Force (1964)
• Izifundo ze-South African Air Force pilot wings (1963)
• Umethrikhi engawuphasa ngamalengiso okungena
eyunivesithi – Graeme College, Grahamstown (1962)
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Njengommeleli wabashayeli bezindiza, ngangikhona
emhlanganweni wesikhwama sempesheni engxenyeni
yokuqala ka-1994, usihlalo wayo okwakuyi-CEO ye-Transnet
nephini layo, lapho kwethulwa khona ukuncishiswa kuka-2%
nokuncishiswa kwezinzuzo zabafelokazi. Abaphathi
bakwa-Transnet bathembisa ukuthi lokhu kwakuyisinyathelo
sesikhashana esasizohlehliswa lapho nje sekubuyiselwe
izimali ezenza isimo sibe sibi. Lokho akwenzekanga!
Kumelwe ukuthi kunamaminithi alo mhlangano, futhi
ngizozama ukuwathola ukuze asetshenziswe! Ngizinikele
ekulweleni abahola impesheni ukuze balawule izimali zabo,
hhayi uSihlalo oqokwe yi-Transnet nethimba lakhe.
Ngiyahambisana nokuba i-Transnet iphoqwe ukuba
ihlangabezane nezibopho ezisasele ukuze kukhokhwe
izimpesheni ezifanele zanyanga zonke ezihambelana
nokwehla kwamandla emali kanye namabhonasi, njengoba
kutuswa ngabacubunguli bezimali abaqokwe ngabanikazi
bezimpesheni futhi kwavunywa ngabaphathiswa babaholi
bezimpesheni ababakhethile – hhayi i-Transnet!
3
AMAKHONO:
• 7 Januwri 1953 – Ngaqala esiteshini saseDordrecht
• Januwari 1960 – Ngadluliselwa e-East London
• Nganyuselwa esikhundleni ePitoli ngo-1967 ngaba
yi-Clerk Grade 1 ngase ngiba yi-Senior Clerk
e-Head Office, eGoli ngo-1973 futhi ngaba kulo
lelo hhovisi ngaba yi-Chief Clerk ngo-1978 futhi
ngaya e-East London ngaba yiphini lomphathi.
Ngakhushulelwa esikhundleni eBloemfontein
ngo-1983 ngaba yi-Superintendent, okokugcina
ngakhushulelwa esikhundleni e-Head Office, eGoli
ngaba yi-Senior Superintendent ngo-1988.
Ngathatha umhlalaphansi ngomhla ka-1 Disemba 1991.
OPVOEDKUNDIGE KWALIFIKASIES:
• Ngaqeda izifunda zezinyanga ezingu-6 e-University
of Free State phakathi kuka-1984 no-1986
kwezokuhlaziywa kwezindleko nokulawulwa
kwesabelomali kanye namaphepha emfundo
e-“railway Full accounting” engathola ngamalengiso
e-Esselen Park College, Kempton Park ngo-1957.
• Ngangifunda eDordrecht High School.
• Ngaphasa u-Standard 8 ngo-1952
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Ngiyaziqhenya ngalokho engiye ngakufinyelela
phakathi neminyaka yami engu-39 ngise-Transnet
ngiyiMenenja Yezezimali ngaphambi kokuba
ngithathe umhlalaphansi.
Nginomuzwa wokuthi ngesipiliyoni engibe naso
kule minyaka ngise-Transnet ngikwazile ngemva
kokuthatha umhlalaphansi ukuba usizo njengelungu
elinguMphathiswa emaBhodini ahlukahlukene kanye
nokuba nguSihlalo eFree State we-T.P.A.G yabaholi
bempesheni base-Transnet. Yingakho nginomuzwa
wokuthi kufanele ngikhethelwe ukuba seBhodini
le-TSDBF.
I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO
Grobler, John
Jordaan, Len
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
UMphathiswa eTransnet Second defined benefit fund.
Ilungu le-Executive Committee esebenza ngayo yonke
imibango emayelana nezinzuzo. Ukugunyaza ukukhokhwa
kwezinzuzo kumnakekeli noma umbhekeleli wabantu
abanokukhubazeka. Njengelungu le-Investment Committee
ngangakha ipholisi nesu lotshalomali lesiKhwama futhi
ngilethule noma ngithole abazolwethula ngemva kwalokho.
Njengelungu ngangibamba iqhaza ekutshalweni kwezimali
kanye nokuvikelwa kotshalomali ukuze kuzuze isiKhwama.
Ngajoyina i-SAR and H ngo-1964 futhi ngathatha
umhlalaphansi sengiyiMenenja ngo-1999 eTransnet.
Ngiye ngabandakanyeka ezinzuzweni zabasebenzi kusukela
ngo-1974 kwaze kwaba usuku lokuthatha umhlalaphansi.
Ngaphambi kokuthatha umhlalaphansi imisebenzi yami
kwakuwukunakekela imithetho yezikhwama zempesheni
namapholisi azo mayelana nezinzuzo zempesheni
zabasebenzi.
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• I-Senior Manager, kwezezimali, ephethe kokubili
iminyango ye-Revenue ne-Expenditure e-S A Airways
• Senior Manager (Internal Audit)
• Marketing Manager SAA
• Imenenja (Eastern USA) ngangizinze eNew York,
nganginomsebenzi wokuhlela izinkambo zezindiza
ze-SAA kulelo zwe futhi ngiphethe leyo misebenzi
iminyaka emi-3
• Ngahola ithimba le-SAA elaya e-Taiwan liyohlela
imisebenzi yezinkambo zezindiza kulelo zwe.
• Ngaba ngummeleli we-SAA emihlanganweni
ye-International Air Transport Association (IATA)
• Ngasebenza kwezinye izinhlangano zamazwe
ngamazwe futhi ngathola ukuqashelwa yi-IATA
“njengelungu lesikhathi eside le-Bank Settlement
Committee (BSP) noSihlalo ohlonishwayo we-BSP
Southern Africa Steering Panel
AMAKHONO:
• Ukuchazwa kweziNzuzo Zempesheni ezikhokhwa
yisiKhwama
• Ezokuxhumana
• Ulwazi Lwezotshalomali
• Ulwazi lwemithetho yesiKhwama Sezimpesheni
• Amakhono Okukhuthaza Abantu.
• I-Accounting
• Ukuchazwa kwezitatimende zezimali
• Ukuhlaziywa kwezimo eziyingozi
AMAKHONO:
• Ukuhlaziya ezezimali nezomnotho
• Amakhono okusebenzisana nabantu ezinto ezibhalwayo,
ezikhulunywayo nezilalelwayo.
• Ngazi izilimi eziningi –ngikhuluma ezimbili kanye
nesiXhosa nesiZulu kancane
• Amakhono okuxoxisana
• Ukuhlela, kanye nokuphatha
• Ukuhlaziya nokucwaninga
• Ukwenza izinqumo.
• Ulwazi lwezamakhompyutha
AMAPHEPHA EMFUNDO:
Cape Senior Certificate Disemba 1961/ Mashi 1962
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
• Ngiyohlale nginothando lwezinto ezizuzisa abahola
impesheni
• Ngizozama ukuthuthukisa ukukhokhelwa kwabalingani
bomshado izinzuzo zempesheni ezisukela ku-70%
ukuya kuyiphesenti elingaphezulu.
• Ngizoqinisekisa ukuthi amabhonasi akhokhwa
ngoNovemba unyaka ngamunye futhi ngethule
ukukhokhelwa kwamabhonasi engeziwe.
• Kuxhomeke ekutholakaleni kwezimali, futhi uma
imithetho yesiKhwama ikuvumela lokho, ngizokwethula
ukunyuswa okungaphezu kuka-2%.
• Ngizoqinisekisa ukuthi utshalomali luphathwa futhi
luqashwe ukuze lwenze inzalo engcono.
• Ngizoqinisekisa ukuthi noma yiluphi utshalomali olusha
luba ngolwenzuzo yesiKhwama kanye namalungu aso.
4
AMAPHEPHA EMFUNDO:
Iziqu zeBachelor of Commerce (University of S Africa).
Izifundo engameja ngazo, Economics, Business Economics
ne-Accounting 2 ene-Cost Accounting,Statistical Methods,
Commercial Law, Industrial Law ne-Transport Management.
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Abaphathiswa benza izinqumo ezibalulekile ezithonya
izinzuzo zempesheni. IsiKhwama kufanele ziphathwe
ngendlela ekahle ngabantu abanekhono nolwazi olujulile
lokuphatha imisebenzi, ezezimali nokumaketha. Isizinda
solwazi lwezezimali nezomnotho kuyinto ebalulekile
etusekayo, uma kungekhona ukuthi kuyimfuneko,
kumuntu ongumphathiswa. Njengomphathiswa, ngizolwela
ukuthuthukisa izinzuzo eziyisisekelo zempesheni kanye
nokunyuswa kwazo okuxhunywe ezingeni lokwehla
kweRandi, futhi ngaphezu kwalokho, kubafelokazi, abakha
ingxenye enkulu yabahlomulayo kulesi sikhwama, ukunyuswa
kwemali yabo yempesheni.
I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO
Myburgh, Pieter Michiel
Naidoo, Vagalingam
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• Feb 1962 - Jan 1963: isazi sikagesi eSalt River
• May 1963 - Jan 1968: Isazi sikagesi e-De Aar- Kimberley.
Ukuzinziswa kwabasebenzi abangu-250
• 16/6/1991 - 31/10/1992: Ngakhushulelwa esikhundleni
sokuba yiMenenja yezeMikhiqizo eThekwini Imenenja
eThekwini
• 31/10/1992 – Ngemva kweminyaka engu-34 nezinyanga
ezingu-9 zomsebenzi ngathatha impesheni ngaphambi
kwesikhathi ngenxa yezinguquko ezenziwa yiTransnet
kubasebenzi
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
Ngingumgcinizimali we-Senior Citizen Club
enamalungu ampofu, sinesikimu sokondla abantu
njalo ngoLwezithathu futhi siyabathatha sibakhiphe
bayozijabulisa.
Ngibuye ngibe yilungu lohlelo lokuqashwa komphakathi
wendawo engihlala kuyo ukuze ngivikele impahla
yomphakathi wakithi.
AMAKHONO:
Nganginesibopho nokulandisa kulokhu:• Ukuhlela isabelomali seDepho
• Ukuhlela nokuqhuba amacala okuqondiswa
kwezigwegwe
• Ukulawula nokuqapha ukuqeqeshwa kwabasebenzi
• Ukulawula amathuluzi, izinto zokusebenza nemishini
• Ukuhlola nokulawula imisebenzi yenkonteleka
• Izinhlelo zokunakekela izinto, ukulawula intuthuko
AMAPHEPHA EMFUNDO:
• 28 Apr 1980 - 02 May 1980: Izifundo ze-Conversion
• 22 Jan 1985 - 25 Jan 1985: Izifundo ze-T.I.V
• 11 Feb 1985 - 14 Feb 1985: B.B.B
• 22 Au 1985 - 23 Aug 1985: N.O.S.A
• 04 Jun 1986 - 06 Jun 1986: Delegation
• Amaphepha emfundo ezobuchwepheshe:
Kimberley Technical College 1958 - 1961
• NTC- Isazi sikagesi: Mutual Technical College
Cape Town 1962
• 04 Jun 1991 - 06 Jun 1991: Imithetho Yezemisebenzi
UNISA 4Ways BSL
• 09 Jul 1991 - 12 Jul 1991: Quality Control
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Nginomuzwa wokuthi ngingumuntu ozoqikelela ukuthi
abalungu ethu ahola impesheni athola impesheni
ewafanele kanye nalokho akudingayo ukuze akwazi
ukuphila kulezi zikhathi ezinzima ngokwezimali.
Sonke sesifinyelela enkathini lapho sesingasakwazi
ukusebenza futhi uma singatholi impesheni exhunywe
ekwehleni kokuwa kweRandi, ngeke sikwazi ukuqhubeka
siphila. Ngingumuntu onokuzimisela nolinganiselayo
futhi ngikholelwa ekuxoxisaneni uma indaba ibukeka
ngathi iya ngasekupheleni, ngikholelwa ekusebenzeni
njengeqembu.
5
AMAKHONO:
• Ngiyilungu leqembu lebhola - iRailway United
• Ngakhethwa njengomphathi futhi nginakekela
izimali. Ngiyilungu lenhlangano eqoqa izimali
zabantu abayizisulu zezikhukhula eChatsworth.
AMAPHEPHA EMFUNDO:
• Ngafunda eDepot Road School lapho ngaqeda
khona u-Grade 10 wami.
• Ngiqede izifundo zami ze-Portnet Durban
• Ngiqede izifundo ze-Investments Fundamentals
e-University of Cape Town.
• Ngiqede ama-workshop k-Port Reference
ne-Human Resources Management/ Labour
- Rotherdam
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Ngiye ngaba ku-Board of Trustees Transnet Second
Defined Benefit Fund ngonyaka ka-2000, izikhathi
ezimbili. Ukunakekela isiKhwama nezinzuzo zabaHola
Impesheni. Ngake ngathethwa ukuba nguMqondisi
we-V and A waterfront. Ngakhethwa nokkuba yiPhini
likaMongameli weNyunyana ye-SATAWU eTransnet.
Ngasebenza iminyaka engu-42 eTransnet, isikhundla
engagcina ngikuso ngangiyi-Port Manager ePortnet.
Ngasebenza kuyiNyunyana iminyaka engi-38
ngingahlulwa.
I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO
Nemanshe, Joseph
Oosthuizen, Johannes Stefanus
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
Ngiyivolontiya elenza imisebenzi yasehhovisi ngisiza
abahola impesheni ngokuvuselelwa kwamafomu
nokugcwaliswa kwamafomu ezicelo zokukhokhelwa
kwabafelokazi bempeshini yakwaTransnet i-Takalani
Pension Club eyamiswa ngomhla ka-01 Agasti 2008.
Ngiyilungu le-Chartered Institute of Transport in SA.
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• Ngangishayela Izitimela Zikagesi futhi
Ngingumqeqeshi (Ngaqeqesha abangu-38 futhi
baphasa bonke)
• 1970-1978: Ngangishayela Izitimela Zikadizili
Nezikagesi futhi nginguMqeqeshi
• 1970: Ngaya ekholeji ngiyofundela ilayisense
yokushayela
• 1964: Ngaba yisiCishimlilo kwezeSitimu
• 1963: Ngangingumhlanzi
AMAKHONO:
• Amakhono Ezamakhompyutha
• Amakhono okubhala kwezamabhizinisi
• Amasu nobuciko bokusingathwa kwezingcingo
• Amakhono okuphatha
OPVOEDKUNDIGE KWALIFIKASIES:
• IDiploma yeminyaka emi-3 kwezokuThutha
Endleleni - RAU
• Standard 10
• Ngaqeda i-good Samaritan eNew Castle
• ILevel 1 Yohlelo Lokuthuthukiswa Kokuphatha
- eSpoornet
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Ngangisebenza njengeDepot Manager eParcel
Distribution. Njengamanje ngisiza ngawo wonke
amaphepha afunekayo kubaholi bempesheni,
ngibukeza amafomu i-P25 Claim form kanye nakho
konke ukwaziswa okufunekayo kubaholi bempesheni.
i-Procurement Officer. Ukuthenga
6
AMAKHONO:
• Ukwenza kunakwe izidingo zabantu
• Ukukwazi ukudlulisela yonke imibuzo nokwaziswa
OPVOEDKUNDIGE KWALIFIKASIES:
Maitland High School: Standard 8 - 1963
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Ngizomelela abantu futhi ngiqiniseke ukuthi izinto
abazikhethayo ziyezwiwa, kanye nalokho abakulindele
ukuba uMphathiswa enze izinto ezizobazuzisa kakhulu.
I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO
Scheepers, G.F. (Deon)
van Rooyen, Cornelius Johannes
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
Ngasebenza kuzo zonke izifunda ze-SAR endala,
kuhlanganisa naseNamibia, ngaphandle
kwase-O.F.S naseNatali.
Ngaba yi-Goods Superintendent yokugcina eDeal
Party, Port Elizabeth.
Ngathatha umhlalaphansi sengiyi-Operational
Manager (PX), Eastern Cape Region ngo-1993.
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• Ngineminyaka engu-78 ubudala futhi nginempilo
enhle. Ngiziqonda zombili izilimi. Ngiyasikhuluma
futhi ngiyasifunda isiBhunu nesiNgisi.
• Ku-2013 A.G.M ye-Silver Springboks Association
(inhlangano yezenhlalo nenhlalakahle yabaThathe
Umhlalaphansi e-South African Airways)
ngakhethelwa ukuba nguMongameli wale ndikimba
kazwelonke. Ngaba nguSihlalo wegatsha
laseWitwatersrand kusukela ngo-2003 ukuya ku-2013.
• Ngomhla ka-1 kuMeyi 1994, ngakhethwa ngaba
nguNobhala we-South African Bowling Association.
Imisebenzi yami yayihlanganisa ekanobhala,
eyezimali neyokuhlela izinto. Ngaqeda inkathi yami
yokusebenza e-S.A.B.A ngomhla ka-1 kuMeyi 1996,
ngakhethwa ukuba nguNobhala we-Avion Park
Recreation Club. Imisebenzi yami yayihlanganisa
ekanobhala, eyezimali neyokulawula ukuhlelwa
kwezinto kumaklabhu ezemidlalo angu-11.
Ngathatha umhlalaphansi esikhundleni sami e-Avion
Park ngomhla ka-31 Disemba 2006. Phakathi nale
nkathi ngasebenza naku-Transnet Regional Club Board.
AMAKHONO:
• Ngiyisisebenzi esiyivolontiya eHhovisi
lokunakekelwa kwezilwane, SA Citizen Force.
• Nginamakhono okuhola.
AMAPHEPHA EMFUNDO:
• Ngaqeda ngempumelelo zonke izifundo ezifanele
nezazifune emkhakheni womsebenzi.
• Izifundo Zabasebenzi, SA Defence Force.
• UMethrikhi 1962 : Outeniqua High School,
George.
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Nakuba ulimi engaluncela ebeleni kuyisiBhunu,
ngisiqonda kahle nesiNgisi.
Ngizimisele futhi nginamandla okusiza ekubuyiseleni
isikhwama sempesheni endleleni efanele yokuzuzisa
abahola impesheni nabantwana babo.
AMAPHEPHA EMFUNDO:
Ngenza umethrikhi ngo-1953, eDurban High School.
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
Kuyaziwa ukuthi ukwehla kwamandla eRandi nezindleko
ezikhulayo zokunakekelwa kwempilo ziye zaqedela
amalungu imali. Uma ngingakhethwa kuyiBhodi
labaPhathiswa ngizozinikela ukuthuthukisa izinzuzo
zabahola impesheni kanye nezingane zabo ku-TSDBF.
Ngizolwela ukuqinisekisa ukuthi isiKhwama siphathwa
ngokuvumelana nemithetho ye-Transnet Pension Fund
Act nokuthi utshalomali luphathwa ngendlela eletha
inzuzo enkulu esiKhwameni nakumaLungu aso.
7
I-CURRICULUM VITAE (CV) YOFAKE ISICELO
Zebert, June
ISIPILIYONI SOMSEBENZI:
• Umhlaziyi Wezamabhizinisi
• Ukubhalwa kwemininingwane edingwa
ngamaBhizinisi
• Ukuchaza Izimfuneko Zamabhizinisi
ze-I.T. Ukuklama Amasistimu
• Ukuphatha amaProjekthi e-I.T. Amasistimu
Amabhizinisi ukusuka ekuKlanyweni ukuya
ekuSetshenzisweni kwawo
• Ukuphathwa Kwezinguquko
AMAKHONO:
• Amakhono Okuxoxisana
• Ukuxazululwa kwemibango
• Ukwethula inkulumo
• Ukuphatha
• Ukuchaza imininingwane - kwezezimali
AMAPHEPHA EMFUNDO:
• SAIM Dip
(South African Intuition of Management M+3)
• UMethrikhi
UNGASIKHUTHAZA UTHINI NGAWE:
• Nginesipiliyoni sokuba nguMphathiswa kuyiBhodi
• Ngizoqhubeka ngiqokomisa inhlupheko yabahola
impesheni
• Ngizoqhubeka ngikhulumela ukuba kube
namabhonasi afika kaningi ngonyaka
• Ngizoqhubeka ngikhulumela ukuba kunyuswe
impesheni yethu yanyanga zonke
- Izindleko ezilokhu zinyuka zokuphila okuyisisekelo
- Izidingo eziyisisekelo abahola impesheni
abangasakwazi ukubhekana nazo
- Ikhava yezokwelapha abahola impesheni
asebeyidinga kakhulu manje-ikhava efanele
yesigaba sokuphila esikuso manje
• Ngizolalela abahola impesheni lapho bengifonela
• Ngizobaphatha ngenhlonipho
• Ngizosiza nomaphi lapho ngingasiza khona ukuze
ngibaqondise kumuntu ofanele ongabasiza
• Ngizokhuluma ngokukhululekile nangobuqotho
nawo wonke amalungu
8