Vulamehlo SDF - Vulamehlo Local Municipality

VULAMEHLO SPATIAL DEVELOPMENT FRAMEWORK
PUBLIC NOTICE
The Spatial Development Framework (SDF) of the Vulamehlo Local Municipality has
been drafted to guide the Municipality in the implementation of its vision, mission and
developmental objectives contained in Vulamehlo Municipality Integrated Development
Plan (IDP) that was adopted by the Municipal Council.
According to section 26(e) of the Local Government Systems Act No.32 of 2000, the
SDF forms part of the Municipality’s IDP. The Spatial Development Framework depicts
current and future land uses (as per municipal designations) as well as the manner in
which future development will be guided.
Copies of this document will be made available at the Vulamehlo Municipal the 28
October 2014 to 26 November 2014. The Vulamehlo Municipality invites all
stakeholders to comment on this document before it is duly adopted as per legislation.
Written comments may be forwarded to the Manager: Strategic Planning, Ms. Pinky
Bhengu on or before 26 November 2014.
Postal Address
Ms Pinky Bhengu
Private Bag x5509
Scottburgh
4180
Tel: 039 974 0452/50
Fax: 039 974 0432
Email: [email protected]
M.H. ZULU
MUNICIPAL MANAGER
VULAMEHLO MUNICIPALITY
VULAMEHLO SPATIAL DEVELOPMENT FRAMEWORK
ISAZISO SOMPHAKATHI
Umqingo wohlaka lokuhlelwa kwentuthuko ngokwezindawo (SDF) kumasipala
waseVulamehlo yenzelwe ukuba isekele umbono namaqhinga entuthuko asemqingweni
wohlelo lwentuthuko edidiyelwe (IDP) yaseVulamehlo ephasiswe isigungu somkhandlu
kamasipala.
Ngokwesigaba sika 26(e) wezinhlelo zika Masipala ezikwi-Act No.32 of 2000, kufanele
iSDF ibe ingxenye yeIDP ka Masipala. Lomqingo weSDF yase Vulamehlo utshengisa
indlela yokusebenzisa ,nokuthuthukiswa kwendawo ngokufanelekile (ngokwemthetho
yamasipala) esikhathini esizayo.
Amakhophi alomqingo azobakhona kuma hhovisi ka masipala, kusukela zingu 28
kuOctober kuya zingu 26 kuNovember 2014. UMkhandlu kaMasipala waseVulamehlo
umema wonke amalungu omphakathi ukuba aphawule ngalomqingo ngaphambi
kokuphasiswa kwawo ngokusemthethweni.
Imibono ebhaliwe ingathunyelelwa kuMqondisi wokuThuthukiswa kwezoMnotho
nokuHlelwa ungakashayi noma ngawo umhlaka 26 November ku 2014.
Ikheli leposi:
Ms Pinky Bhengu
Private Bag x5509
Scottburgh
4180
Tel: 039 974 0452/50
Fax: 039 974 0432
Email: [email protected]
M.H. ZULU
MUNICIPAL MANAGER